UMnu uBheki Mkhize, isikhulu esiphezulu seFNB Wealth and Investments Isithombe: Sithunyelwe EXECUTIVES Inkunz' emidwayidwa Izindaba Uphokophele ukufundisa abantu ukuthi ukutshala imali akusikho okomntakabani kuphela. INTATHELI YOMBELE iyabika January 9, 2023 Share this nowUMNU uBheki Mkhize, isikhulu esiphezulu seFNB Wealth and Investments, uhola ithimba elinomsebenzi omkhulu wokuqikelela ukuthi imali etshalwa ngamakhasimende abo iphephile, iyakhula futhi ayakuzuza asuke ekuhlosile ngayo.
UNksz uSibongile Labase, umsunguli we-Imibala Optometrists yaseMabalane, eMpumalanga Izithombe: Zithunyelwe Asafufusa SMMEs Waqala esaqashiwe ukongela ukuvula ibhizinisi lakhe. Namuhla uziqhayisa ngokuthwalwa wumphakathi asebenza phakathi kwawo. Uxoxe noTEBOGO MOKWENA January 9, 2023 Share this nowNAKUBA afundi ukwelapha amehlo abantu ngenkathi efundela i-optometry kodwa kodwa udokotela osewusomabhizinisi akazange afunde ukuthi ibhizinisi liphathwa kanjani.