AMAZULU asezophinde asebenzise iMoses Mabhida njengenkundla yasekhaya. Leli qembu eliholwa wusomabhizinisi uMnu uSandile Zungu lisayine isivumelwano seminyaka emithathu noMasipala waseThekwini. Loku kuzosiza ukugqugquzela ezemidlalo nezokuvakasha kuleli dolobha.

Share this now
You cannot copy content of this page