UNksz uSibongile Labase, umsunguli we-Imibala Optometrists yaseMabalane, eMpumalanga

Izithombe: Zithunyelwe

Waqala esaqashiwe ukongela ukuvula ibhizinisi lakhe. Namuhla uziqhayisa ngokuthwalwa wumphakathi asebenza phakathi kwawo. Uxoxe noTEBOGO MOKWENA

NAKUBA afundi ukwelapha amehlo abantu ngenkathi efundela i-optometry kodwa kodwa udokotela osewusomabhizinisi akazange afunde ukuthi ibhizinisi liphathwa kanjani.

UNks uKefilwe Lekabe weKefilwe Tsela Academy yaseGoli, eGauteng, ecija osomabhizinisi abancane ngamathuba alethwa wubuchwepheshe besimanje

Isithombe: Sithunyelwe

Abasafufusa abangabheki imali kuphela baze baphuthelwe ngamanye amathuba, kusho umeluleki. Uxoxe noTEBOGO MOKWENA

OSOMABHIZINISI abasafufusa kufanele bazihluphe ngokucwaninga futhi bonge imali ukuze basizakale ngayo yonke indlela oshintshweni olulethwa wubuchwepheshe besimanje.

UNkk uThulisile Thokoane, umsunguli weBaphumelele Bakery yaseThokoza, Ekurhuleni, eGauteng

Izithombe: Zithunyelwe

Unamaphupho amakhulu ongenisayo embonini yokudayisa isinkwa. Uxoxe noTEBOGO MOKWENA

ESEYINGANE uNkk uThulisile Thokoane wayefisa ukuba wummeli noma isosha ngoba wayekholwa wukuthi yiyona ndlela yokusiza iNingizimu Afrika. Nokho ngesikhathi eba wusomabhizinisi nombhaki, uthole ukuthi uyakwazi ukusiza umphakathini ngokudayisa isinkwa nsuku zonke.

UNkk uQueeneth Mutele, omunye wabasunguli beQ-ton Cooking Oil yasePitoli, eGauteng

Izithombe: Zithunyelwe

Baxazulula inkinga yokubiza kwamafutha okupheka. Omunye wabo uxoxe noTEBOGO MOKWENA

UKUQONGA kwamanani amafutha okupheka ngenxa yempi yase-Ukraine ngezinye zezinto ezithwalise kanzima abantu baseNingizimu Afrika. Nokho kukhona osomabhizinisi asebeqhamuke nesisombululo sokulekelela abathengi, ikakhulukazi basemalokishini.