I-ADAPT IT yethule umbiko wayo wonyaka wezimali ophele ngoJuni 30; nalapho iveze ukuthi imali engenile inyuke ngo-3%, yafinyelela kuR1.4 billion; kwathi inzuzo ingakatomulwa inzalo, intela nenani lokwehla kwempahla yanyuka ngo-9%, yafinyelela kuR250 million. Le nkampani yezobuchwepheshe ithe kuseseqhulwini ukunciphisa izikweletu.

Share this now

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

You cannot copy content of this page