I-FAMOUS Brands yethule umbiko wohhafu wonyaka wezimali ophele ngo-Agasti 31; nalapho iveze ukuthi imali engenile yehle ngo-48%, yafinyelela kuR2 billion. Le nkampani engabanikazi bezindawo zokudlela oSteers, iDebonairs neWimpy, ithe ishayeke yonke indawo ngenxa yokuhlasela kweCOVID-19 njengoba inezindawo zokudlela eziwu-2 838 eNingizimu Afrika, kwamanye amazwe e-Afrika, eMiddle East nase-United Kingdom.

Share this now

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

You cannot copy content of this page