Amazwibela I-TRANSNET isiqalile ukuzama ukukhathula umsebenzi obumile ngesikhathi kade izisebenzi zitelekile izinsuku eziwu-12. Le nkampani yezokuthutha kahulumeni ithe ziphakathi kuka-70% no-80% izisebenzi esezibuyele emsebenzini futhi ilindele ukuthi nezinye zibuye. October 21, 2022 Share this now