Amazwibela IBHANGE loMbuso linyuse imalimboleko ngo-75 basis points yafinyelela ku-7% kulo nyaka. Leli bhange lithe izinselelo zamanani okudla aqongayo, amanani kawoyela nawo asho phezulu, ukwehla kwamandla erandi lisalindele ukuthi ziqhubeke. November 25, 2022 Share this now