INKAMPANI yezempilo nobuhle iClicks isiqoke uNksz uBertina Engelbrecht njengesikhulu esiphezulu esisha. Uzothatha izintambo kuMnu uVikesh Ramsunder ngoJanuwari 2022. UNksz u-Engelbretch wafika kule nkampani ngo-2006 ezoba wumqondisi wakwandabazabantu ngaphambi kokuqokwa njenge-executive director ngo-2008.

Share this now

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

You cannot copy content of this page