INKAMPANI yomshwalense kahulumeni iSouth African Special Risk Insurance Association (iSasria) imemezele ukuthi isikhokhe ngaphezu kukaR5.8 billion ezinkampanini ezacekelwa phansi ngesikhathi kutatshwa KwaZulu-Natali naseGauteng ngoJulayi. Ithe izimisele ukuthi bese ibe isikhokhe u-80% wezicelo zemali ephakathi kukaR1 million noR30m ekupheleni kuka-Okthoba.

Share this now
You cannot copy content of this page