Ezihamba phambili INSIMBI Group ithe ilindele umbiko wayo wezimali wezinyanga eziyisithupha eziphele ngo-Agasti 31. Iveze ukuthi imali engenile yehle phakathi kukaR800 million noR900 million, nokwenze ukuthi inzuzo yehle ngemali ephakathi kukaR65 million noR75 million. October 2, 2020 Share this now