Yiziphi izinto ezenza umholi oqavile futhi onohlonze?, kuloba uNtokozo Biyela
NAMHLANJE sizobuka okumbalwa okwenza umholi oqavile futhi onohlonze ebhizinisini. Ziningi izindlela zokuhola ebhizinisini. Kunendlela eyisidala yokuhola, lapho umholi eba khona wuzwi lakhe, azi ukuthi kukhala isicathulo sakhe.
Kumqoka ukuhlobisa ibhizinisi lakho, phecelezi i-branding zisuka amagqozo, kuloba uNtokozo Biyela
NAMHLANJE ngithanda sibheke izindlela eziqavile zokuhlobisa ibhizinisi lakho. Ngifuna sibheke ukuthi kungani amabhizinisi amaningi amancane engalihlobisi ibhizinisi lawo.
Ithini inqubomgomo yebhizinisi lakho?, kuloba uNtokozo Biyela
NGESONTO elidlule sibuke ukuguqulwa komqondo njengoba singena ku-2021. Namhlanje ngifisa sibheke loku okubizwa ngenqubomgomo yezamabhizinisi, phecelezi i-business model canvas.
Qala kabusha ngo-2021; ushintshe unyawo oshaya ngalo, kuloba uNtokozo Biyela
SAWUBONA, halala mfundi wale ngosi ngokweqela ku-2021. Nokuba ufunda le ngosi yokuqala ka-2021, kusho kona ukuthi uNkulunkulu usakuthandile nanamhlanje; wakupha isipho sempilo. Ngaloko kufanele sonke simbonge ngomusa ongaka. Ngiyathemba ukuthi usazoba nathi, asiphe umusa osanele sonke ukuze nami ngiqhubeke nokuphakela isizwe nabantu baKhe ukudla kwengqondo, nani nikhongozele nincele kogwansile.