KUQOKWE uMnu u-Olano Makhubela njengoKhomishana weFinancial Sector Conduct Authority, nokuwumsebenzi azowubamba izinyanga ezintathu kuze kube nguFebhuwari. UMakhubela ungena ezicathulweni zika-Advocate uDube Tshidi, nokunguye obebambile kusukela kuhambe uMnu u-Abel Sithole, oseyisikhulu esiphezulu sePublic Investment Corporation. UMakhubela uneziqu zomthetho nezomnotho.

Share this now

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

You cannot copy content of this page