UKUDAYISA izimoto ezintsha kuqhubekile nokunyuka ngoJanuwari njengoba kudayiswe izimoto eziwu-41 382. Loku kusho ukuthi kudayiswe izimoto ezingaphezu ngo-6 734, noma u-19.5%, uma kuqhathaniswa noJanuwari 2021. Nokho izimoto ezidayiselwe amanye amazwe zehle ngo-1 962, noma ngo-9.3%.

Share this now
You cannot copy content of this page